Settings
Light Theme
Dark Theme

UKWESEKWA YIKHONA OKUMKHUTHAZILE OWASEMACAMBINI

UKWESEKWA YIKHONA OKUMKHUTHAZILE OWASEMACAMBINI
Sep 9, 2022 · 14m 47s

Sixoxa noPhiwayinkosi Mthembu umgijimi onohlonze insizwa yase Macambini eMandeni. Ithi ibonga ukwesekwa abangani nabantu bonke abayaziyo ngisho abaholi bezepolithiki ikhansela laku ward 66 e Bluff ngisho nasemsebenzini. Lensizwa eneminyaka ewu...

show more
Sixoxa noPhiwayinkosi Mthembu umgijimi onohlonze insizwa yase Macambini eMandeni. Ithi ibonga ukwesekwa abangani nabantu bonke abayaziyo ngisho abaholi bezepolithiki ikhansela laku ward 66 e Bluff ngisho nasemsebenzini. Lensizwa eneminyaka ewu 36 ithi izizwa ithobeke ngendlela engachazeki. Uthi kuyamumangaza nakuba engasiyena umgijimi osezingeni elithusayo kodwa abantu abamulahli nakuba kubuye kube khona lapha angakhoni ukugijima khona kahle, kodwa abantu abayeki ukumeseka. Insizwa yaqala ukuvuthwa kwezokugijima ngo 2012 lapha eyalala khona isibili Ku 21 KM owawuse Manzamtoti. Lalela umuzwe kuyi podcast lapha ehlanza khona amagula echaza ukuthi waqala nini ukugijima, eveza nokuthi usenezindondo ezine azithola kuyi comrades Marathon. Ubuye achaze nokuthi kwesinye isikhathi ubevuka ngovivi ezilungiselela lomqundelwane nomngani wakhe wakwa Nongoma abakade baqala ukugijima naye.
show less
Information
Author UQAQA RADIO
Website -
Tags
-

Looks like you don't have any active episode

Browse Spreaker Catalogue to discover great new content

Current

Looks like you don't have any episodes in your queue

Browse Spreaker Catalogue to discover great new content

Next Up

Episode Cover Episode Cover

It's so quiet here...

Time to discover new episodes!

Discover
Your Library
Search