Settings
Light Theme
Dark Theme

Inkonzo yenduduzo - 13012021

Inkonzo yenduduzo - 13012021
Jan 13, 2021 · 44m 59s
Amalanda Amhlophe
Comments
Xolani Matthews Ndlela

Xolani Matthews Ndlela

3 years ago

Ukuthula ebandleni nami iNkosi ngisayiphilela.ngithatha lelithuba ngiduduze bonke abazalwane abashiywe izihlobo zabo. Ibhayibheli lisifundisa ukuthi lezinhlupheko ezesikhashana azinakulinganiswa nenkazimulo ezakwembulwa kithi.i In this difficult times sibonga uNkulunkulu isenzele icebo lokuthi noma kunzima ukufinyelela sibaduduza emzini yabo uJehova ulenzile icebo lokuthi induduzo ingami nima imithetho isimisa kodwa esimkhunzayo uthembisile kanti futhi uyathembeka. Ngithi kuwonye umzalwane akaphakamisele amehlo ezintabeni lapho usizo luzovela khona. Duduzekani zihlobo uJesu wakunqoba ukufa sofa nje sazi ukuthi ukufa kunqotshiwe
Joyce Mamotheti

Joyce Mamotheti

3 years ago

Kubo bonke abazalwane abahanjelwe yizihlobo zabo .. Mababheke esiphambanweni, bafune ubuso buka Nkulunkulu kulesikhathi esinzima. Amahubo 34:18..u Jehovah useduze nabo abenenhliziyo ezibuhlungu noma eziphukile.. Kulesisimo esibhekene naso.. Khona IZwi elithi, bayakubuyela embusweni abantwana bakwa Israel emva kwezinhlupheko. Ziningi ke izinhlupheko esibhekene nazo, kodwa siyakhuleka ukuthi UNkulunkulu asigcine siwubone umbuso ..bahlale nje ku Jehovah. Amen.
Information
Author Zwelibanzi Dan Ndlela
Website -
Tags

Looks like you don't have any active episode

Browse Spreaker Catalogue to discover great new content

Current

Looks like you don't have any episodes in your queue

Browse Spreaker Catalogue to discover great new content

Next Up

Episode Cover Episode Cover

It's so quiet here...

Time to discover new episodes!

Discover
Your Library
Search